Amafutha enkosazane akuwona amafutha enkosazane efile, akukho posible ukubulala inkosazane, ziningi izinkolelo ngalokhu abanye bathola into ethile efile emadamini okuthiwa anenkosazane, leyonto ifa uma inkosazane isuka kwenye indawo iye kwenye ngenxa yokushintsha kwezinkathi zonyaka. Atholakalaphi amafutha enkosazane, atholakala noma ilaphi lakudayisa khona imithi, lapho eqhamuka khona yise mozambique hai esouth africa. Nalokho kusayinkolelo ngokwakho. Enzani amafutha enkosazane na?
KaLethu Nogwaba
Yaz kukhona amafutha endakhe ndawanikwa yenye inyangi but ke ngelishwa seyatshona.
Wandinika amafutha ngebhodlela elincane, wath ngifike ngigcabe eluvalweni nasenkabeni, ndilinde eli gazi lizophuma kwiintlanga lome nka then ndillifake kuleli bhodlela linamafutha.
Ndisacela ukubuza uba ingaba inoba yayingamafutha wesiphi isilwanyane coz ndandifumana umsebenzi after omnye umsebenzi ngenkathi ngisenawo lawamafutha.
Admin Sawubona, kubukeka sengathi amafutha ayethakiwe,
Zama ukuxhumana nomndeni wenyanga kungenzeka akhona asala,
futhi zama ukuthola uhlaka lwaleyonyanga noma abafana abadala bakhona,
maningi amathuba okuthi kukhona owaziyo lawomafutha.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |